WASHINGTON DC —
Ingcwethi zokulima lezenotho bezilomdlangqondo ngoMvulo ntambama eHarare zihlaziye udaba lwezilimo eziguqulwa inhlanyelo kusetshenziswa imithi – ama Genetically Modified Organisms (GMOs).
Umdlangqondo lo oqoqwe yinhlanganiso ezimeleyo eye Food Matters Zimbabwe – kade ulengcwethi ezigoqela uProfessor Sam Moyo, umqondisi we African Institute for Agrarian Studies, uDokotela Idah Sithole we University of Zimbabwe kanye lo Dokotela Isaiah Mharapara wenhlanganiso ye Food, Agriculture and Natural Resources Policy Analysis Network.